clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Xaba

Xaba Clan Names

xaba , mthiyane , songo, nonkhosi, sicephu lesihle lesihlala emakhosazana akaXaba, mashwabada owashwabadela inkomo nompondo zayo zisongo zikaMawela , wena wawela ngesikhala sakaSihlelwane, mbuzi nkhonyane ngokwekhulu, bisi lungadlangi lunemphuphu

Ntuli Clan Praises

Ntuli!
Xaba
Mphemba
Mhlalukwana
Hlakahlaka lemikhonto
Thuli lenyoka
Mhlalukwana wamambala
NguNtuli zimbundela nelanga
Ngusiduda nabakwakhekazi emlanjeni amahloni amuka nomlambo
Uma sipheka ebandla siphekela obaba
Uma sipheka endlini siphekela omama !!!

Xaba Clan (Xhosa)

Iziduko: Xaba

ooNonkosi,

ooNonxa asikhathali,

ooNomjoli,

ooLinda,

ooMwelase,

ooMlotywa,

ooShwabada,

owashwabadel’inkomo neempondo zazo, Apho kungavalwa ngamivalo kuvalwa ngamakhand’amadoda, aMahlubi amahle!

Izithakazelo zakwaMthethwa

Izithakazelo zakwa Mthethwa

Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi,izothandandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlu abanye begeza ngamanzi,
Amabekankosi,
Nzimezimnyama,
Nina bakaGeza kaJakada,
Maphoswa kubusa,
Nina basezansi,
Mazila Mbolwane!

Abantua bakwa Mthethwa bangama Lala-Nguni bazinze ezindaweni zako Mpangeni nase Mtubatuba, Showe, Richards Bay. Inkosi yabo eyaduma kakhulu u Godongwane owagcinwa ebizwa ngo Dingiswayo. Nguye owamukela uShaka futhi wamfundisa namacebo okulwa. Isizwe sakwa Zulu sabe singaphansi kwesizwe sakwa Mthethwa ngeminyaka yo 1700.
Nanka amakhosi aziwayo akwa Mthethwa ngo:

1753———-Xaba
1771———-Madago
1789———-Khali
1807———-Jobe
1816———-Mawewe
1818———-Godongwane/Dingiswayo
1824———-Somveli
Ukusuka lapho babe sebengena ngaphansi kombuso wesizwe sakwa Zulu emva kokuba uShaka esisimamisile.

Izibongo zakwa Mthethwa

Nyambose, Xaba, Jobe, Magaga, Thulisa, Nkonyane ye Nkosi, Hlangalezwe, Dingiswayo, Madagu, Nkomo, Khubaze, Khali, Magezangobisi, Nzimezimnyama, Geza, Jakada, Maphoswa, Mazilwa, Mbolwane, Shwabade, Nonkosi, Mlandela…

Xaba
Shwabade, Nonkosi

Ntombela

  • Mpangazitha,
  • Mahlobo,
  • Ntanzi,
  • Msangula,
  • Gebhezi,
  • Zulu,
  • Lukhwazi,
  • Mageba,
  • Hlongwa,
  • Mahaye,
  • Nodangu,
  • Sokhela,
  • Nzuza,
  • Khawula,
  • Mshazi

Khuboni
Maseko, Simelane

Ndlovu

  • Gatsheni,
  • Boyabenyathi,
  • Zingelwayo,
  • Mpongo,
  • Mthiyane,
  • Mdubusi

Ntuli

  • Mbhele,
  • Mphemba,
  • Nyathi,
  • Godide,
  • Ndlela ka Sompisi,
  • Sothole,
  • Gudukazi uyi Ncwayo,
  • Khuboni,
  • Guqa,
  • Masalela,
  • Mazimuzimu,
  • Mgwabini,
  • Langa

Jiyane-Lamola
Zinyane, Mthembu

Gambu
Memela, Msuthu, Nontuli

Mdletshe

  • Ngomane,
  • Msindazwe,
  • Nzamela,
  • Gwaza

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: