Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo🔥Umlando💙Clan names💯Iziduko🙌🏾

Tag: Yamela

Ndawo Clan Names, Izithakazelo zakwaNdawo

Yamela,
Dazela,
Mdodo onga amaphela,
Khoza,
Makhobeni,
Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. 💛

Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu.

Mdlovu 

UMphahlwa Umphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana,

umagwaza ephindela njenge zulu,

ihawu eladla amanye amahawu,

umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi, 

Umanqondo Inyathikazi yokhalo,
umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga,

isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu, Cirha Onojaholo, Ntswentswe !!! 🙌🙌

Sibambo ® clan names. Sibambo Surname Meaning 😍 Sibambo Origin. Sibambo History
Sibambo ® clan names. Sibambo Surname Meaning 😍 Sibambo Origin. Sibambo History

Sibambo ® clan names. Sibambo Surname Meaning 😍 Sibambo Origin. Sibambo HistoryThe meaning, origin and Read more

Chavalala ® clan names. Chavalala Surname Meaning 😍 Chavalala Origin. Chavalala History
Chavalala ® clan names. Chavalala Surname Meaning 😍 Chavalala Origin. Chavalala History

Chavalala ® clan names. Chavalala Surname Meaning 😍 Chavalala Origin. Chavalala HistoryThe meaning, origin and Read more

Ndawo Clan Names 😍 Ndaba Surname

Yamela, Dazela Mdodo onga amaphela, Khoza Makhobeni, Sililela ukuphana abanye belilela ukuncishana. Yamela omazinyo amahlophe ngokungasiphuzi isijingi uphila ngentuthu yempepho njengezinkonjane zezulu. Mdlovu UMphahlwaUmphahlwa ophahle izindlela zombili eya emgungundlovu nase mgungundlovana, umagwaza ephindela njenge zulu, ihawu eladla amanye amahawu, umgibeli wehashi elimpunga elabonwa umlungwana ebheke empofanyana udumo lagwaza amajaha ayengakagwazi, umsingawodi. UmanqondoInyathikazi yokhalo, umbombombo kamachamsela unididwa ngemihla, induku emhlophe eyamila esigxhotsheni, labasakhiphe lomoya yagudleka ngalapho yakhula yaze ya isihlahla esikhulu esihlala amashinga, isigejela esimadolo abanzi isigodo esikhulu esivimbela abaya eluSuthu.CirhaOnojaholo, Ntswentswe.


Izithakazelo zakwa Khobeni 😍 Khobeni Clan Names

Izithakazelo zakwa Khobeni 😍 Khobeni Clan Names

Izithakazelo zakwa Khobeni Mphemba, Onanana boselesele, abaphumel' eshashalazini, Bahlangabezana nomoya nezulu, Kwabhekwana!


Motaung clan names

Motaung clan names

Motaung clan names. To add clan names for Motaung, please click here

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: