clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Yengwa

Izithakazelo zakwa Sabela

Sabela
Ndlumbi
Mqhayise
Maphindela
Gwamanda
Vezi
Thina esashaya udaka
Kwavela amanzi
Kwaphuza abafokazana
Yengwa
Ncwane
Nhlasi eyaqhuma esendeni
Somnomo !!!

Izithakazelo zakwa Yengwa 😍 Yengwa Clan Praises

Izithakazelo zakwa Yengwa

yengwa,
gwamanda
sochumase
sondindi kandaba
wena owehla ngobambo wabambela umbu wamaphela nezimpukane athi amaphela uma usuhlome ukhezo sizokhotha
gwamanda omhlophe omnyama ngoba ethanda wena owehla ngotenga wabambelela qabe lafikat mumva amanye esefikile.
ugwamanda akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala,
wena wako mthonzima pho yini sikhala ngoba niyamazi nje

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: