By admin
On
Manyathi, mdluli, mavimbesangweni, mgwaba, bhense, nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina mlaba sontokozi ciyane ndela sindangonyezi sbindesimnyama njengenyongo yaso ngwane. jola, mtholi wena wewombe .
Izinyanga Zonyaka
Januwari – uMasingana
Februwari – uNhlolanja
Mashi -uNdasa
Aprili -uMbasa
Meyi -uNhlaba
Juni -Nhlangulana
Julayi -uNtulikazi
Agasti -uNcwaba
Septemba -uMandulo
Oktoba -uMfumfu
Novemba -uLwezi
Disemba -uZibandlela
Manyathi clan praises:
Manyathi, Mgwaba, Bhense, Nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina, Mlaba, Sontokozi, Ciyane, Ndela sindangonyezi sbindesimnyama njengenyongo yaso ngwane, Jola, Mtholi wena wewombe hlomo olumanangi lunza lunye lungaba lubili lwakha umuntu !!
Page 2 of 2
Previous
Β© 2026