๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: zacharias Page 1 of 5

Zacharias Clan Names & Family History | Umlando

Zacharias Clan Names, Meaning & History.
Izithakazelo zakwa Zacharias. Zacharias Surname. Sereto sa Zacharias.

Iziduko zako Zacharias.Zacharias‘s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Ukuhlaba esikhonkosini

Kusho ukuthi ukuhlala ephuzwini nqo; ukusho into njengoba injalo noma ukuyenza ngendlela eyenziwa ngayo.

Popular people from Nkosi last name

Elijah Nkosi (Legal/Business)
Extensive experience in gaming and leisure industry with focus on strategic development and corporate governance. Served as Acting Judge for KwaZulu-Natal High Courts (Durban and Pietermaritzburg) in 2011, 2012, 2015, and 2017. Board member at Phumelela Gaming & Leisure Limited, serving on Audit, Remuneration, and Industry Specific committees. Holds Bachelor of Procurement Law (B Proc) and LLB. [citation:9]

What is Usobizo ?

Usobizo =ย igama elisebenza njengomenzi noma umenziwa emshweni.

Funda kabanzi ngo-Sobizo kanye nezinye izinhlobo zokukhuluma ngokucindezela lapha

Izinhlobo zokukhuluma ๐Ÿ˜ IZINGCEZU ZENKULUMO

IZINGCEZU ZENKULUMO:

1. Usobizo

2. Isichasiso

3. Isilandiso

4. Isikhanyiso

5. Isibabazo

6. Isihlanganiso

Asiyicubungule kahle-ke lento (Analysis by revealing sub-headings):

1. Usobizo ย = igama elisebenza njengomenzi noma umenziwa emshweni.

* Ibizo ย  (noun)

* Isabizwana

– sokubala ย  ย  ย  ย  (zonke, bonke, ngedwa, sonke etc.)

– sokukhomba ย  (lo, loya, loyaya)

– soqobo ย  ย  ย  ย  ย  ย (yena, bona, zona, thina)

2. Isichasiso ย = igama eisichazela ngobunjalo buka sobizo / describes uSobizo

* Isiphawulo : adjectives isib. ย -ncane, -khulu, -fushane, -de, -ningi, -hle, -mbi etc.

* Isibaluli : (usually colours) isib. elimhlophe, elimnyama, ย elimnandi, ezimbalwa

* Ongumnini : Lisitshela ngokuthi into ingekabani/yakhiwe ngani/ isetshenziselwani noma kuphi

* Inani : (-ni, -nye, -phi, -mbe)

isibonelo: Muntu muni ofike la?

Munye umuntu okhulume nami.

3. Isilandiso ย = yigama elisilandisa ngokwenziwa uSobizo:

* Isenzo (verb) : lisitshela ngokwenziwa usobizo

isibonelo: Umama uthethise umfowethu.

* Isibanjalo : lisitshela ngobunjalo bento.

Kusetshenziswa iziqalo: yi-, wu-, ng-

isibonelo: Ubaba yibhubesi.

4. Isikhanyiso ย = igama elisikhanyisela ngokuthi isilandiso senziwe kanjani

* Isandiso : sendawo, senkathi nesesimo

* Isenzukuthi

isibonelo: UNonjie uhleli dekle akenzi lutho.

5. Isibabazo ย = igama elikhombisa ukubabaza.

Kungaba ukubabaza okuveza:

– Injabulo (Halala! Ngcingci!)

– Ukunengwa/Ukudinwa (Nxa!)

– Ukunxesezela (Nxese! Phephisa!)

– Ezokulwa (Ashila! Maluju!)

-Ezokwenqaba (Cha! Chabo! Chabobo! Qhabo!)

…etc

6. Isihlanganiso (conjunction) ย = lihlanganisa imisho emibili

isibonelo: Geza izitsha anduba uyolala.

Qoqa izimpahla bese ukhipha izibi

Page 1 of 5

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén