πŸ’›

izithakazelo

Tag: zakwa Page 1 of 4

Izithakazelo zakwa Sibanyoni Clan Names

Sibanyoni, Mathetha,Β  Malambule, Khozakhulu, Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba kwesifushane ingabuya nodaka,

Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezihlengelo zomfula,

Nyoni eyakha kabi yabhekisa umyango ngasemfuleni abanye bathi yibambeni abanye bathi yiyekeni ukwenza kwayo,

Dada elabhula amanzi abafokazi baphikisana bathi nibone ngani wathi umathetha kubonakala ngamanzi ukudungana !

Izithakazelo zakwa Mvubu clan names & history

Mvubu,
Makhasane,
Kwelwayo,
Ntsaba zehlathi zibashaye zibahashaze,
Wena owawela umfula umzinyathi,
Uthun’ olubomvu,
Tfobhoyi,
Mgasela,
Doyisa,
Donyeka,
Mahlamb’ uhlaletsheni,
Zuzaluhle,
Silo samanzi!

Izithakazelo zakwa GabadaΒ clan names

Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa . Surname.

Sereto sa . Iziduko zako .

‘s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Izithakazeko zakwa Khanuka Clan Names

Ntshalintshali,Khanuka, thwayisa, wena owakhanuka ukuvela ngezinyongo kwabaselangeni, zalankosi owazala izwide lasegudunkomo, Nina besihlahla esikhulu !

Page 1 of 4

Β© 2026