Rebecca Malope Thul’ulalele lyrics

Sengiyaliwa mina. Maye! Ngafel’ ubala (x2)
Haw indoda yami, baba wabanta bami
Haw indoda yam, baba wezingane zami

Sengbathe ngshona le nale
Angazi ushone phi na
Sengbathe ngbheka le nale
Angazi uphelele phi na
Haw wendoda yami, baba wabanta bami
Haw weswidi lami, baba wezingane zami

Sengiyabuza weBhekumuzi
Kanti lencwadi yethu yomshado
Ayishay’ igubha na?
Sengiyabuza mina wedali wam
Kanti lencwadi yethu yomshado
Ayishay’ igubha na?

Ngitshele dali wami
Baba wabanta bam
Awungitshele swidi lami
Baba wezingane zami

[Chorus]Yebo ngithi thul’ ulalele
Thul’ ulalele
So’ phinde ngenze nje
Ngob’ angisho sohlala sthandana
Ngeke ngkushiye
Ow ma wezingane zam

Bangitholile we dali
Yebo bangthela phansi
Bangifaka igomondela
Ngixolele dudu wam
Hawu we Themba lami, mama wabanta bam
Haw we Dudu wami, mama wabanta bam

Sengabathe ngicigana nawe
Yebo bangethin’ ngisokenzan’
Ngob’ angsakhoni (x2)
Haw we dudu wami, mama wabanta bam
Haw wesdudla sam, mama wabanta bam
Ngabe bengisazi ukuthi
Kuzoba njena ma engalile bo

Ngeke ngiphinde
Dali angeke ngiphinde