Ekwaluseni uma kuphakama impikiswano ngokuthi yimuphi umfana okifanele eqele izinkomo noma ngabe yini enye enokungaboni ngaso linye…. Luyaye kwenziwe #inkatho bese kuthi lona emdlile ahambe ayokzikhaphela. Kuthathwa induku imiswe bese kubekwa izandla kuze kuyophunywa echosheni layo, lona oyivale ekugcineni nguye odliwe inkatho.
ayilale hhayi ngophondo