Ukuhlaba umkhosi kukabili. okokuqala kusho ukuhambisa umbiko, bese okwesibili kusho ukuklabalasa ufuna usizo oluphuthumayo, ngoba nakhu kunesidlova kwakho.
Umsuka: kususelwe enkulumweni eyayihanjiswa zincelebane zenkosi uma inxenxa umhlangano wabantu bendawo.
Leave a Reply