πŸ’›

izithakazelo

Umlando wakwa Mbanjwa nezithakazelo 😍 Mbanjwa history

Umlando wakwa Mbanjwa

Isizwe sakwaMbanjwa singaMakhuze ngeminyaka yawo1700 .ngezikhathi zokufuduka kwabantu .oMbanjwa bebehamba nesizwe SakwaDlamini nesakwa Khuboni nezinye izizwe bonke bengaMakhuze bekhonza ngaphansi kwesizwe SakwaDlamini sonke kuthiwa singsbase Makhuzeni iNkosi ebeyibusa amakhuze .

Kusukwa enhla neSwaziland bekuwuFodo Dlamini .kwabaWuKhukhulela nali iliba lenkosi uKhukhulela kwaKopi eMsinga..ngibuyele kwaMbanjwa ..amaMbanjwa uma eyisizwe ewodwa kuthiwa amaSami yikona kunezi godi
Okuthiwa yiseMasamini amaMbanjwa okusuke kuyisizwe sabo isithakazelo leso esibizwa ngaso oKhathini Msami .ke sihambe njalo ke AmaKhuze eNtunjambili amaMbanjwa uyawathola.ePMB. Sweetwaters .Mgwagwa Richmond.Ixopo Pholela .underberg .

Ahambile ke AMakhuze .akhile azinza e Richmond nenkosi uMiskofil bafuduka bawela uMkhomazi.phesheya nkoMkhomazi uyawathola eSpringvale .lapho aMakhuze neNkosi ebusayo yamaKhuze neSizwe saseMasamini usithola ePholela Esidangeni eECentocow emMZIMKHULU KUPHELA THINA MAMbanjwa izithakazelo zethu ziyefana kodwa kakhulu sisebenzisa obabaMkhulu ngezindlu ….kodwa niyongixolela ma Mbanjwa ngolwazi lwami ..nani seniyojobelela maSami

Izithakazelo :Mbanjwa khathini Msamu Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane zona ezindiza phezulu omancishane kancane .abaphekwa netshe lavuthwa nina nangongobala masami

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwa Ngcece Clan Names

Next

Sambo clan praises, Meaning, Origin & History

5 Comments

  1. King Yaz

    Kusho ukuthi sibaningi. Mina ngiwuMbanjwa uSokhela, Galaza, Mzekwa… Ingabe kuseyinto eyodwa noma kufana izibongo?

  2. UMarco Mbanjwa ka Mabhodweni kaSangquma kaMuvulela kaNmahlanjana kaSongqombo indlu le eyasala eRichmond edlula amaSami phesheya koMkhomazi nMzimkhullu

    Thina MaMbanjwa saphekwa netshe lavuthwa wonke Ubuntu wesilisa wakwaMbanjwa uyiNKOSI lokho kwasuka kukhokho UMbanjwa. kukhona abathi Gutshwa Gebani.Sokhela,Khathini Samu Choboza izindlu lezo ngobu khosi Bethu sasibaningi kakhulu ndawonye Sinemfuyo eningi Sahlukaniselani ngezindlu .Sinto eyodwa a Mbanjwa kodwa ekugcineni Uma siyiSizwe singabaseMasamini le ezansi koCentocow eSdangeni, Pholela ,Kilmon Donny brook eGqunu amaMbanjwa wonke lawoeyiSizwe akhe ndawonye kuthiwa iseMasamini

  3. Martin Green

    Am happy to meet Mbanjwa clan my name is Martin Green pls assist me am looking for my great grandmother who was maried to Frank Green my great grandfather am sure you can able to trace them their whereabout and laid
    These are my ancestors who were born in the 1800 and passed away in the early 1900 they lived in matatiele
    I need a closure on the side of my great grandmother pls where you can

    • Sbu Jali Tsipa

      There’s one Frank Benjamin Green, son of Frank Green and Sarah Amy Dunn, daughter of Chief John Dunn.
      Could this be person you’re talking about?
      He was born in 1883, likely at Mangete/ Ongoye, Mtunzini, Zululand. He married Tondolo Cele (c. 1891) in 1928 at Bethel Mission Station, Mtunzini.

      His father was Frank Smith, born in 1860 in Tongaat & died in 1911.
      This Frank Smith had about 13 children. It’s likely that not all of them were from one wife.
      His wife was Sarah Amy Dunn, the daughter of Chief John Dunn, who had about 50 wives, with Sarah Amy being the daughter of his 1st wife.
      She had 8 children with Frank Green. It have been more, I don’t know but am sure of 8.

      I’d just like to know if these are the people that you’re related to as your great grand parents?
      If so, then as far as you know, MaMbanjwa was married to which of these?

  4. SBONISO MBANJWA

    Izithakazelo zakwa MBANJWA
    MBANJWA, SAMA,KHATHINI,MFEZEMATHEMAHLE,MANCISHANA KANCINCI,MASHELAGODUKE,CHOBOZUMHLANGA KUVELIDLELA,MAPHEKWANETSHE KUVUTHW’TSHE KUQALA MBANJWA

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026