Iziduko Wushe

ooMjoli,

Phathwa,

Wushe,

Qubulashe,

Mthsi owathsi ukuwa wabhekisa amasebe eThukela, Nonkasa,

Mbedu,

omaphungel’ esosini amakomitshi ekhona, masindza ngonwalu itizwana tisindza ngobulongwe,

Godongwana kaMjoli ka Bekwa kaWushe ka Lufulwenja kaMageba!

AmaNjuza Clan | Iziduko: Njuza

uNJUZA! nomaKhala! ooJola! impondomise ngohlanga, sthukuthezi, sithandwa mhla kukubi, mfaz' obele 'nye omabele made, oncancisa naphesheya komlambo!

Izithakazelo zakwa Siluma

Shodo Ndimande amacekwa amahle Shiyabantu njengenyamazane. amaNguni Thonga amathefuya enyakatho mpumalanga okwelika Zulu endaweni umhlabuyalingana lapho ekudabuka khona uSiluma wonkana. Read more