Zakwe,
Cebisa,
KaMdlolo,
Xhangane,
Nompungela,
Wena owathwala kuqala amanye amadoda engakathwali,
Luhongo lusematsheni,
Bhudazavezi,
Wena buso bengcili sicaba,
Wena kagxumbugxumbu bezingwenya ezangena zimbili esizibeni yaphuma, kuqala ekandaphuna yasala ekamjangweni !!

Umlando wakwa Zakwe asikabi nawo, sizothi uma siwuthola bese siwufaka lapha ngezansi. Sibonge.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos