Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
Thanda
Please email mi ezakwamlambo ..gubhuza mfulala kawuwelwa mdinka sishande add more
thabile
My surname is ndlovu but we don’t use this clan name is it possible for you to find the ndlovu ndlangamandla clan names
khethiwe
Mina ngingu Ndlovu kodwa angiyena uGAtsheni .ngingundlangamandla ,unkomo zadle khaya ngokuswela belusi zeluswa intombazan uDemazane.ngingokamdubusi kahadebe.ngingosilwa ngoswazi isihlangu sihle nginguMSuthu!!!!!!!
brian
Nazoke…owakhithi ke wena khethiwe
zanelakhe
khethiwe cc uyaphambuka wena ubiza umkhulu nje yena uqobo ungu gatsheni buka umlando kahle cc undlovu uyefana noma ungayaphi kuhluke nje indawo esesi khulele kuzona oselu suthu mbiza ngendlela yakhe akhulele kuyo kodwa iqiniso alijiki simuntu munye sengabenguni singo ndlovu uma uyi bambe lapho soze uduke naninina dade ngya bonga ayi kabi ngokuzithoba bo Ndlovu.
Khethiwe
Nam ngingowakwa Ndlovu kodwa angisuyena uGatsheni. NginguMagutshwa, boyabenya nyathi, Ngonyama, Khombashe. Yes i’m close with ndlangamandla bt khona la okushiyana khona. Bt ngokwendawo ngibizwa Gatsheni bt umkhulu wayengafuni. Mina nginguManephu
vusi
batholakal kyiphik indawo oNdlovu abango ndlangamandla?
S Mkhandela
Nami ngingajabula ukuzwa oNdlovu Mkhandela Ndlovu kaZulu Ndlangammandla Tshikiza phakathi koNkosi……..
Katlego Ndlovu
Ungowakithi ke wena
Sipho
Please send me the Mlambo full izithakazelo Regards Sipho
Sent from my iPhone