Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi
Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!
Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:
LUNGELO THABETHE
CELA NISIZE NGOMLANDO WAKWA THABETHE NEZITHAKAZELO ZAKHONA
LUNGELO THABETHE
me two ppl email me izithakazelo zaka THABETHE
Gabuza
please email me isithakazelo sika Gabuza
Thuthuka Hadebe
Izithakazelo zakwaGumede samething
Qwabe, Mnguni, Phakathwayo, Khuzwayo ect