Izithakazelo zakwaDlulisa Clans & History

Dlulisa,
Mthethwa,
Nyambose,
Mbambo,
Ndela,
Khosini,
Ndondo bizwayo,
Bel’ elide elimdondoshiya elay’ndlula indlu kaNtombazi,
Msongi wensimba ayithath’ ayibeke ehlombe khon’ amagwala ezombalekela,
Mlamula nkunzi ziyeke zibulalane,
Nina bakasibanda ngomuthi,
Ncasatane,
Mkhondo wandlovu,
Nyambose!!!

More about Dlulisa S

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment