Izithakazelo zakwa-Gatsheni
Ndlovu,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbulโamagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaSโhlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Dumisani Ndlovu
Izithakazelo zakoGatsheni