mlokothi,
somuhle,
msunumude omfishane ufuzekhaya konina,
gcwensa omhlophe ngenhliziyo,
ndimande,
manembe,
duma kamthombeni,
lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane,
gagamela ingonyama,
wena owaphekwa netshe kwavuthwa lona kuqala!

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos