uQwabe akayena OKa Nozidiya ungoka Malandela ngokweSiko.labeNguni iNdodana yokuqala eyiNkosana iyona edla amaGama woBaba/Mkhulu bayo bese kuthi encane uma iphume isbonge idla Elika Nina njengoba zisho iziThakazelo zakwa.Qwabe zithu Qwabe ka Malandela ngokulandela izinkomo zamaDoda Mnguni Gumede β¦.uMalandela uYise/Baba ozala uQwabe, uMnguni ngu Yisemkhulu/uMkhulu wakhe bese uGumede ngu Khokho wakhe.
Khumbula uZulu wahlengezwa ngu Nina uNozidiya ku Qwabe njengoba wayesedle nemiHlambi yeyNkomo eyayiLifa lika Zulu anizinikwa nguNina uNozidiya.iSiko.lesiNguni lalongaku Vumi lokho kwakumele uQwabe adle imihlambi kaYise kuphela ngakho laqala lapho iThongo lazinonakalisa ngokuthi livuse iNja egcekeni lika Malandela iyoncamaathela uZulu emlenzeni imufequze ngo Fenu lwayo
Lokho kwakukhomba ukuthi akasadingeki kwa Malandela mele aphume inxiwa lakhe athathwe njengoMuntu wenye iNhlanga /Clan β waqala lapjo uQwabe ukuba astrophotography ngo Lufenulwenja kepha ebe eMlulaza emehlisa iSthunzi sakhe, akuphelelanga lapho kwaphinde.kwangena iNyoni encane ebizwa ngeNtontontwane lena namuhla eseniyibiza ngo Ncede yahlala ekhanda lakhe yaMbhoshela.
iZihlakaniphi zeZanusi zathi uZulu makaphume kwa Malandela akasadingeki kunalokho washaya inkani yena nababemseka abakwa Mchineka, Ntombela, Mdlalose Kanye noMpongoso bathi akayindawo makapjume uQwabe nembala.kwaphuma.uQwabe kepha nezibongo ezingamaGama woYise/Mkhulu esekwa ngu Ngema/Mngadi Kanye no Mayeza/Myeza no Ncwana walibhekisa oNgoye.
Wasala ke uZulu esehashwa ngokuba ungu Zulu ka Nozidiya oMnyama kepha iNdlela ziMhlophe uLufenulwenja uNtontontwana iSbongo esibi β kuthe ekuhambeni kwamiNyaka sekuzelwe iNkosana yakhe uGumede owayethelelwe ngeGama lika khokho wakwa Mnguni ephika iNkani UZulu kwase kwanda iziThakazelo kwagcwaliswa ngo Gumede kanjalo nango phunga no Mageba Kanye noNdaba
Okwathi sebeHolwa ngu uJama , waphaka impi wayebhekiswa kwa Buthelezi lapho yafike yaGiba eka Jama.kaNdaba base beMthumba oShenge bayoMgcina eMcekwini eBabanango eSgodlweni sabo.
Babethi uma bembuza ukuba uyaKhonza noma ukhetha ukungaKhonzi uma kunjalo bayaMbulala, wayeVele ethule nje uMfoka Ndaba angaphenduli ngaleso senzo abakwa Buthelezi baqoka ukungambulali kepha bamkhulule ngenhlawulo yeziNkomo abauyele ekhaya ngesizathu sokuba oShenge babeYizihlobo noZulu eNdulo iNdodakazi ka Mageba yaGana kwa Buthelezi yazala iNksoana eyathelelwa ngo YiseMkhulu wakoNina ongu Mageba.elinye iGama layo lalingu Ngwane.
oButhelezi base beMhasha uJama ngokuthi ungu Sithuli sika Ndaba ( the Quieter of Ndaba) ngenxa yes Enzo sakhe sokuThula angaphenduli mayebuzwa .
Liyaphutha ke ukubiza oQwabe ngokuthi bango Qwabe ka Nozidiya, nkma.koMuphi uMndeni wakwa Qwabe aningabo abaka Nozidiya anisahlobene no Zulu bangesinye iSizwe esizimele nani ngoluNjalo. Okuka Sabela ke sonke siyazi ibizo lika.Mntwana uSomnomo ka Khondlo okwathi efuna iShlalo ka Qwabe abaDala bamchitha bakhetha uMnewabo uPhakathwayo.
Ngaleso senzo yase imbiza iNkosi uDingiswayo yathi makeze kwelaMaNyambose uzomnika uMhlaba nembala waSabela uMnomo wasikelwa esiChwebini wase ebizwa ngokuba ungu Sabela yena neNzalao yakho baqhubeka bazibiza ngo Mnguni uGumede uQwabe kepha zange bayivume indawo ethi Nina abakwa Phakathwayo- oSidla behlezi baka Phakathwayo
Kukhona ke idlanzana elihamba kwa Sabela alyokhonza ngaphanzi kwabakwa Zungu oNcwane oManzini loyo kwakungu Gwamanda wakwa Sabela/Mnomo Gumede Mnguni yingakho kukhona abafaka uNcawane no Makhoba eziThakazelweni zabo.
Lolulwazi luvela kuSolwazi ozimele uMntwana uSophisticated Zenshiah Badela wasebuKhosini bakwa Nhlumayo eShowe
π Popular people from Qwabe last name
-
Ntokozo Qwabe (Legal)
Lawyer and Rhodes Scholar, co-founder of Rhodes Must Fall movement at Oxford. -
Mzonjani Michael Qwabe (Historical)
Name recorded in the Truth and Reconciliation Commission (TRC) archives.
Popular people from Qwabe last name
- Ntokozo Qwabe (Legal) – South African lawyer and Rhodes Scholar. Co-founder of the Rhodes Must Fall movement at Oxford University. Holds degrees from UKZN, UCT, and Oxford. [Source: Wikipedia]
- Felokwakhe Qwabe (Community) – Father of Ntokozo Qwabe, a school caretaker from Oyaya, Eshowe in KwaZulu-Natal who raised 13 children, with Ntokozo being the first to attend university. [Source: Wikipedia]
Royalty from Qwabe last name
Founder of the Qwabe Kingdom and eldest son of Malandela (the common ancestor of the Qwabe, Makhanya, and Zulu clans) and his wife Nozidiya of the Zungu clan. His name means “a large musical bow.” Following his father’s death, Qwabe became king and built a new homestead called eMthandeni beneath the Ngoye hills, which served as the center of his kingdom. He left his younger brother Zulu to rule over a few people who remained at their father’s estate [citation:3].
The amaQwabe are the senior and larger clan of the Makhanya and the Zulu clans, all descending from Malandela. The kingdom thrived in the 18th century as “one of the most ancient and famous tribes in Natal and Zululand.” At its peak, the amaQwabe occupied central KwaZulu-Natal, from beneath the Amandawe and Ngoye Hills, south of the Mhlathuze River, up to the Nkandla forest, and between the Mhlathuze and Tugela Rivers [citation:3].
Powerful king of the Qwabe who ruled before the Shaka era. Under his leadership, the Qwabe kingdom had already expanded control over parts of Natal south of the Thukela River. His kingdom was characterized by seven large villages, each headed by an important member from the ruling lineage. He had the authority to form women regiments (isigodlo), a privilege only given to senior powerful kings such as Dingiswayo of the Mthethwa and Zwide of the Ndwandwe [citation:3].
Current head of the Qwabe Royal House, representing the continuation of the senior branch of the House of Malandela. The Qwabe royal lineage remains an important traditional institution in KwaZulu-Natal [citation:3].
Royalty from Qwabe last name
Founder of the Qwabe Kingdom and eldest son of Malandela, the common ancestor of the Qwabe, Makhanya, and Zulu clans. Following his father’s death, Qwabe became king and built a new homestead called eMthandeni beneath the Ngoye hills, which served as the center of his kingdom. He left his younger brother Zulu to rule over a few people who remained at their father’s estate.
The amaQwabe are the senior and larger clan of the Makhanya and the Zulu clans, all descending from Malandela. The kingdom thrived in the 18th century as one of the most ancient and famous tribes in Natal and Zululand. At its peak, the amaQwabe occupied central KwaZulu-Natal, from beneath the Amandawe and Ngoye Hills, south of the Mhlathuze River, up to the Nkandla forest, and between the Mhlathuze and Tugela Rivers.
Powerful king of the Qwabe who ruled before the Shaka era. Under his leadership, the Qwabe kingdom had already expanded control over parts of Natal south of the Thukela River. His kingdom was characterized by seven large villages, each headed by an important member from the ruling lineage. He had the authority to form women regiments, a privilege only given to senior powerful kings such as Dingiswayo of the Mthethwa and Zwide of the Ndwandwe.
Current head of the Qwabe Royal House, representing the continuation of the senior branch of the House of Malandela. The Qwabe royal lineage remains an important traditional institution in KwaZulu-Natal.
Leave a Reply