Izithakazelo zakwaMnguni
Qwabe,
Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!
He fathered Malandela kaLuzumana, who would become the progenitor of the Zulu royal clan through his son Zulu.
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Izinhlobo zokudla KwesiNtu noma kwesiZulu
Ngithand'ukubonga mfowethu ngomsenzi omkhulu owenzayo. Nginescelo, sokuvezelwa izithakazelo zakwaNhlengethwa, ngiyabonga, ngingajabula kakhulu ma ngingasizakala.
Obhalayo: Lizwilenkosi Mnguni.
Ndabezitha!
Angibonge kakhulu ngenomsebenzi wakho, muhle futhi uyancomeka Mageba.
Ngicela nje mungakwazi Mageba, usivezele Izithakazelo zakwa-Vilakazi.
Ng'yothokoza kakhulu.
Kubhale: S'fiso Mnguni.