clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Zuma

Izithakazelo zakwa-Zuma

Nxamalala,
Mdlovu,
Mafahleni,
Nina baka Lugaju kaMatomela KaShisa,
Mashingizela ashiye impi yakhe,
Dwala elibushelelezi,
Maphum’ephethe inyama ngala, amasi ngapha nobukhosi amasi ngapha nobukhosi phambili!

>> Umlando wakwa Zuma <<

Previous

Zulu

Next

Makhaye

6 Comments

  1. ngaphandle uumuzi wakini musiwaphela

  2. izithakazelo into eqhubekayo
    asimejwa

  3. Omalume laba, Amahlokohloko lawa adla insimu ayililela

  4. Izibhamu zafika nabelungu shuthi akusenani isibongo esidala lesi

  5. zuma, nxamalala, msholozi, mdlovu, mafahleni, nina bakalugaju kamatomela mangcengeza kashayankomo.

    shayankomo, nyathi emnyama enyathela ngemikhonto amanye amakhosi enyathela ngezitho.

    abensengwakazi abayisenga bayishiyelela. amaphumephethe amasi ngapha nenyama ngapha.

    abakwandlela zintathu ziya emzini munye. abakwasenza kwenzeke. amahlokohloko adla insimu ayililela.

    abakwampangazitha. amamashingizela ashiye impi yakhe, amadwala abushelelezi.

    mpisi kanovela ehla ngesilulu abafokazana befika ngezinyawo.

    sbhamu esaqhuma ehlathini kwabuya abafazi.

  6. awu ithi labo… oNxamalala, Jokazi Maphumephethe. Kwavele kwavuk' usinga madoda, kwath' ang'giye ngiqekebuke. Ngilande isihlangu sam ngisibhule ngaphandle nangaphakathi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: