Izithakazelo zakwa-Mkhwanazi
Spheshu,
Madubandlela,
Somlomoti,Sodilakazi,
Nkwaliyenkosi,
Ndonga,Shamase,
Mwelase,
Sontuli,
Somkhele,Lele,
Khowa,Mayanda,
Dlebhu wabeSwazi,
wena owagula wamis’intamo,
Mashukumbeya, Mthendeleka,
Mtubatuba wena owawulobolela amadoda,
Wena owathenga istimela,
Ninemali nina Bakhwanazi,
Veyane,
Mpandeyamadoda,
Mpande ayiphikiswa oyiphikisayo uyazithwala,
Gwagwa liyagwagwa umbane wezulu,
Owaciba ngomkhonto eSikhwebesini kwapheph’inkosi yamaNtungwa,
Owasingath’ihwahwa kodwa wangaledlulisel’mlonyeni,
Mgidla, Lomafu,
Nkwenkwezi,
Sikhumba kaMthethwa kaMantewane,
Gagisa!
Unknown
I am just wondering ukuthi thina bo Nkwali,B(h)ukula kaMkwanazi siya ngena na under this genealogy since we have uMMwelase,Veyane,Shamase,Sontuli no Ndonga/Donga(caused by alterations by Xhosas) because asizithakazeli kanje but we have changed some praises noma used Nkwali's praises instead of Mhaba/MWelase
Unknown
Ngiyabonga
?
Unknown
Mkhomazi, matila, nhlanti, mthunzi omuhle ophumula amatjitji namatjongozi, mshanatsi, wena ongagcwali ngomuntu ugcwala ngomoya
Unknown
Mkhomazi, matila, nhlanti, mthunzi omuhle ophumula amatjitji namatjongozi, mshanatsi, wena ongagcwali ngomuntu ugcwala ngomoya
Unknown
Gidla, Gwagwa lika Gwagwa, Mpande yamadoda yithi labo
Unknown
Gidla, Gwagwa lika Gwagwa, Mpande yamadoda yithi labo
Unknown
Yithi abase gudunkomo thina bakwa nyathi ijamele kwaMzilikazi.zona ziyehluka lezithakazelo endlin ya Mtuba sizibiza ngenye indlela
Unknown
Ngithanda ukwazi kabanzi ngezithakazelo zakwa Mkhomazi.
Mkhomazi ogcwala ngomoya invula ingekanethi
Unknown
KUNGABE LOKHU KUSHO UKTHI THINA NJEMTHETHWA
SIHLOBENE NO.MKHWANAZI
ZINHLE
abekho abanezithakazelo ezinhle njengezakithi,o Shamase,Veyane,Ndonga,Nkwali yenkosi.haaaaaa Mtubatuba awu suka.
ZINHLE
NGIYAZITHANDA SHAME IZITHAKAZELO ZAKITHI ZINGISHAYA NGAPHAKATHI