πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khubisa Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Khubisa zithi:

Khubisa,
Nkomo,
Mkhayiphe,
Fika,
Mzazi,
Mcebeyi,
Ngwazi,
Emabhudle,
Mzilankatha,
Malandela !!

Umbuzo: Mzilankatha ungena kanjani, noma khona ukuhlobana?

Impendulo:
uKhubisa kwakungumncube owacela kuyise ukuthutha ayokwakha kwelama xhosa uyise wamunika izinkomo zafike zafa zonke waphinde wabuya wacela ezinye zafa zonke nazo okwesithathu wabesethi yazi uyangikhuba usungu Khubisa manje wahamba engukhubisake owazala unkomo njoba enenkinga yezinkomo ayingoba zingamuthandi indawo yase maxhoseni ayizivumi izinkomo namanje lokhoke okwenza babe ngomzilankatha omalandela langa liyoshona lokhulumayoke uyisizukulwane sikamaxhibana kulibo kaSiyobi kaMbovane kaMsimbu kaMgombane lapha eNquthu esilutshane empokodwe lapho kukhona inkosi yakwaMncube khona.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwaKhoza & History

Next

Izithakazelo Khuluse Clan Names & Umlando

3 Comments

  1. Khubisa Nkomo Gabhelihle Ngcwengane Mkhiwane ongakhalimasi eminye ikhala amasi

  2. Khubisa Nkomo Mkhayiphe Fika Mzazi Mcebeyi Ngwazi Emabhudle Mzilankatha
    Malandela

  3. Khubisa Nkomo Mkhayiphe Fika Mzazi Mcebeyi Ngwazi Emabhudle Mzilankatha Malandela

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026