πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwaKhoza & History

Izithakazelo zakwa-Khoza

Mlotshwa,
Msuthu,
Mkhathini,
S’phan’abantwana,
Ndlel’ehamb’ekhaya,
Eyanqamula kwaMlandakazi,
Mancencence,
Hlabisa odlulayo,
Ngoba olele akahlatshiswa,uyidla aze ayiqede,
Wena wakaMpahl’emhlophe,
Ingaba bomvu isiyonake,
Ntshingwayo,
Mangena, Mlilo,
Skotana,Mabona,
Nomageja, Sokhabase,
Ntshamase,
Ndlandla!

Chairman of Orlando Pirates Football Club. Vice-president of South African Football Association and Chairman of Premier Soccer League. Businessman with interests in property and football management.

Former president of South African Chamber of Business and deputy president of Black Management Forum. Served 14 years at Shell and 11 years at NestlΓ©.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo zakwa Khobeni Clan Names & History

Next

Izithakazelo zakwa Khubisa Clan Names Umlando

3 Comments

  1. thank

  2. Ngithanda ukubonga bhuti…Bengingazazi izibongo zakithi kodwa manje ngiyazi,iNkosi ibe nawe

  3. Oh ngiyabonga kakhulu! Sidinga nje i-website ephathelene nazinto zonke zesintu, ezoba yimboni yolwazi!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026