Izithakazelo zakwa Khubisa zithi:
Khubisa,
Nkomo,
Mkhayiphe,
Fika,
Mzazi,
Mcebeyi,
Ngwazi,
Emabhudle,
Mzilankatha,
Malandela !!
Umbuzo: Mzilankatha ungena kanjani, noma khona ukuhlobana?
Impendulo:
uKhubisa kwakungumncube owacela kuyise ukuthutha ayokwakha kwelama xhosa uyise wamunika izinkomo zafike zafa zonke waphinde wabuya wacela ezinye zafa zonke nazo okwesithathu wabesethi yazi uyangikhuba usungu Khubisa manje wahamba engukhubisake owazala unkomo njoba enenkinga yezinkomo ayingoba zingamuthandi indawo yase maxhoseni ayizivumi izinkomo namanje lokhoke okwenza babe ngomzilankatha omalandela langa liyoshona lokhulumayoke uyisizukulwane sikamaxhibana kulibo kaSiyobi kaMbovane kaMsimbu kaMgombane lapha eNquthu esilutshane empokodwe lapho kukhona inkosi yakwaMncube khona.
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Khubisa Nkomo Gabhelihle Ngcwengane Mkhiwane ongakhalimasi eminye ikhala amasi
Khubisa Nkomo Mkhayiphe Fika Mzazi Mcebeyi Ngwazi Emabhudle Mzilankatha
Malandela
Khubisa Nkomo Mkhayiphe Fika Mzazi Mcebeyi Ngwazi Emabhudle Mzilankatha Malandela