Sikhakhane Surname
- Mboma kaMqhele,
- Mathula,
- Nzimase,
- Sdwaba esinembobo,
- Wena sango elingezantsi,lapho besa khona imilomo,
- Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha,
- Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni,
- Wena kaSoqhafuza, umlung’odla izinkobe,
- Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo,
- Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni iyalikhahlela,
- Wena okhishwa ngenoni emgodini,
- Wena ophatha amakhosi uma …
>> Continue reading <<
Leave a Reply