clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Abakwa Ngema 😍 Imvelaphi yakwaNgema Clan

AbakwaNgema, bazithakazela ngoMadlokovu, ntusi yenkomo, Mngadi, Nene, sthenjwa, muji, wena wasengweni, sabela uyabizwa enkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kamalandela, nina baseMfule, goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, sthuli sasengweni esingasho lutho kumuntu, madlokovu ongengakanani ngoba nsasentendeni yesandla uyanela wena kamanukuza.

UMLANDO WAKWA NGEMA:

Imvelaphi yabakwa-Ngema iqhamuka esizweni samaNguni esabe siholwa inkosi uShaka kasenzangakhona, phakathi kwaso kuvela nezinye izibongo ezibandakanya abakwaNtusi nabakwaNene. langa limbe uMalandela owayezalwa insizwa kaNguni uNguni kaGumede wasuka nebutho lakhe owayelihola balibethuza balibhekisa eNyakatho nekwaZulu natali baye bayofika endaweni eyayaziwa ngokuthi iseMfule, ngaseMelmoth, sebehambe ibanga elide kwathi phakathi nendlela bah

Previous

Matsoari Clan 😍 Izithakazelo

Next

Abakwa Mbhele 😍 Imvelaphi yakwa Mbhele

2 Comments

  1. Senzelo Ngema

    UNgema awukwazi ukumthakazela uthi Nene noma Sthenjwa. Kodwa uNene uyakwazi ukumbiza ngezithakazelo zaseMaNgadini

  2. Aphile

    Aphile umfana ababembiza Ngo gadi owayehlala eNkanini odume ngokushaya isiginci owaka ngema ohlala ephoyiseni ozalwa uphendukani.imina insizwa udlokovu

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: