shongwe, mtimandze,bambolunye , tingabetimbili tifute khabonyoko,mundu lomuhle logeza nge bisi emandi ahleti,smomotho
Author: nonhlanhla Page 2 of 349
Nkonyane Clan Names
Nkoyane,
binda,
mphephethe,
mdluli,
nina basenhla ne ngwede nengwavuma,
abaqalingane abayalisa insimi isiyalile,
nina enathi udadewenu akananyongo akanamhlwehlwa isibhabhakatane, bindakhulu !
Lekhuleni Clan Names
Lekhuleni,
Matjeya,
Sebatâ,
Sebatâ sa batho,
Tau ya basadi,
Tau ya ba shêmane,
Sebatâ kgomo
Sabela Clan Names
Ndlumbi
Mqhayise
Maphindela
Gwamanda
Vezi
Thina esashaya udaka
Kwavela amanzi
Kwaphuza abafokazana
Yengwa
Ncwane
Nhlasi eyaqhuma esendeni
Somnomo.
Msindazwe
Nkoni
Ngomane
Mfusi kamawewe
Magida
Mnomo
Mfuyi wamatshe abanye befuya izinkomo
Dzanibe Clan Names | Dzanibe clan praises
Dzanibe
Nqolo
Mahlamb’ahlale etseni ngokweswela ithawula.
Manqolo qabani ibomvu ninga dluli nabadluli bendlela ngoba nibahle kakhulu
Indathana eyehlula umbathalala.
Bakho bexonya bangasaleluki
Gaba
Gabongaphelo
Sigwili
Dzanibe
Thikazi Clan Praises
Siluma
Ndlundlu
Mambakazi
Wena owashiyabantu bekubuka izinyawo
Wena kaQeda kaBheka
Wena Mhuqula Mbenge
Wena waseGodlwayo kungagodlwa muntu kugodlwa izihlangu zamadoda
Mambakazi !!!
Izithakazelo zakwa Magojo, if you know them, please add them to this blog by clicking here
If you know Mabusela clan names, please add them to this blog by clicking here
Nxusa Clan Names | Nxusa Clan Praises
Nxusa, Mwelase, ongaweli ngazibuko owela ngezimpambuko zomfula, khankase mza wezulu ingabe wake walibona yini izulu nomza wolo? Mgebisa, Sibhaxa, Ngwane