clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Author: admin Page 3 of 1183

Umlando Mkhungo | Imvelaphi yabakwa Mkhungo

Abaziyo bathi abakwa Mkhungo badabuka kwabaka Cele. Insizwa kanye nentombi basendlini eyodwa yakwa Cele baganga balalana bodwa. Ngeskhathi sakudala mowone intombi kwakumele uyishade. Nabo-ke kwakumele baganane kodwa kuqala kwakumele baKhungane ukugeza ihlazo. Saqhamuka lapho ke isbongo uMkhungo. Siyasho nesthakazelo uMagange ngoba baganga. Abavumelwanga ukuba babize isbongo sakwaCele, ngenxa yehlazo babiza u-Mkhungo.

Sthathu Clan Praises | Sithathu

uChisana

uNdebe

uKhophoyi
uLawu

uMsenge

uNkomozibomvu

uHasa

uGxasa

uMfazobelenye

uNyawonde

uNuma
uRhamba liyarhurhuma !!

Izithakazelo zakwa Sindane clan

Mbhense,
Nyathi emnyama
Nomdladla kaZulu
Nozulu
Wena owabhensela ezihlangweni
Sindane !

Morotudi clan names

Morotudi Surname: If anyone knows Morotudi clan praises or its history, please add info as a comment below.

Lubhede clan names

Lubhede Surname: If anyone knows Lubhede clan praises or its history, please add info as a comment below.

Siganga clan names

Siganga,
Madiba,
Dlomo,
Sophitsho,
Ngqolomsila,
Bhomoyi,
Mngxongo,
Ntsundu,
Zondwa Zintshaba Zingazumenzanto!

Bandezi clan names

Nyawuza …

Izithakazelo zakwa Mandlazi Clan names

Mandlazi, Semane, Sokoto, Dlomo, Bhila, Mtjali, Sibande, Mthiyane, Nyoni, Sono, Metise, Mbangela sdumo, Ngale, Nyoni yezulu yemsilo omude lendizela phezulu, Mgodi wezintuthwane, Nina basemnemne abathobe ngenhloziyo, Mbonambi !!

Izithakazelo zaka Nkwanyana Clan Names

Nkwanyana yena omphofu.
Yena onethanga. yena owabugcuza. Onethanga elikhalisa abantwana

Izithakazelo zakwa Cwele Clan Names

Cwele Surname

Cwele
Thokazi
Gabada
Mayaba

Nozondela ongazondi muntu
Malandelwa zintokazi
Mdid’ onohlonze
Send’ elandawonye
Mabele made ancelisa’ mathokazi engale konfula
Mkhonto kawungeni ungeni’ ngena kocindezela

Ndlumhlophe
Mjekevu
Maxoza
Sululu
Lawu…………

Inkosi ayiqedwa………

Page 3 of 1183

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: