Bombo, Shazi, Zindela, Bhayeka, shlahla sikalentshisi esithela ubunikiniki, mthombo ongashiyo, ophumula amakhosi wonkana, Malalisa, Mkhonto kawukhumuki, kawunukwanga muntu, kepha wanukwa abahambi bendlela, bethi uyathakatha kanti kuthakatha bona, sdlukula dlwedlwe, insimangwe emnyama, lena elala ngasegunjini, hhafu thusi labenya, owehla ngengalo kumakot’egoyile, sbhangubhangu sentaba, intaba engakhonjwa ngezandla, kodwa ekhonjwa ngamehlo kuphela, Nodlunge, Ncabakhulu !!
🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos
Bheki Jerome Shazi
Bombo, Shazi, Zindela, Bhayeka, shlahla sikalentshisi esithela ubunikiniki, mthombo ongashiyo, ophumula amakhosi wonkana, Malalisa, Mkhonto kawukhumuki, kawunukwanga muntu, kepha wanukwa abahambi bendlela, bethi uyathakatha kanti kuthakatha bona, sdlukula dlwedlwe, insimangwe emnyama, lena elala ngasegunjini, hhafu thusi labenya, owehla ngengalo kumakot’egoyile, sbhangubhangu sentaba, intaba engakhonjwa ngezandla, kodwa ekhonjwa ngamehlo kuphela, Nodlunge, Ncabakhulu…