πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Gumbi Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Gumbi

Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!

Popular people from Gumbi last name

Themba Gumbi (Technology)
Former Group Executive-Public Sector Business Development at Business Connexion Group Ltd., a leading South African IT services company. Holds undergraduate degree from University of Natal and MBA from University of South Africa. [citation:5]

Previous

Izithakazelo zakwa Guma Clan Names & Imvelaphi

Next

Izithakazelo zakwa Gumede Clan Names

5 Comments

  1. Khohlisa, lethwa, thambo elimanikiniki ulbamb ulququde unike injakazi,scubi kasosiwa

  2. Ngicela ukwazi ukuthi umzungezi uhlanganaphi nogumbi ngoba sebeyanda abantu abazibiza ngomzungezi bethi isithakazelo lesi

  3. mtwana wasemvokweni,mlomo mnandi

  4. kuhlanganaphi uGumbi no P hakathwayo

  5. Ngicela ukwazi ukuthi u Phahla ogcina ebalekile kubo kwaGumbi agcine ewele uMthavuma uxhuma phi la. Ngiyazi ukuthi uyasondela la koJele. Muhle umsebenzi. Vusi Gumbi. vusigumbi3@gmail.com

Leave a Reply to Unknown Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén