Izithakazelo zakwa Gumbi
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Β© 2026
Unknown
Yebo uhlobene
Unknown
Enter your reply…uGumede wazala amawele kuthiwa kwakungabonakali ukuthi amawele elodwa lazalwa kahle kwathiwa uPhahla leli elinye ngoba lalicashile kwathiwa iGumbi…so Phahla and Gumbi ama wele azalwa uGumede
Unknown
Ngcela ukbuza ukuthi kuhlangana kanjan uPhahla uGumbi noGu
mede??