Izithakazelo zakwa Gumbi
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Skhende,
Jele,
Ngubo yengwe.
Somkhanda, wena owakhanda amadoda,
Wena ka-Mathumb’ayiphanyeke,
Ntongande, Mdakane,
Mehl’enkomo, Ntini,
Nozingelayo,
Ndandali,
Wena kaNgoni,
Mlotshwa!
Β© 2026
Unknown
Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele
Unknown
Ngicela ukubuza ugumede uyisbongo noma igama lakhe lona owazala amawele