Izithakazelo zakwa Gwamanda
Muthwa,
Noyazi,
Sondini, Yengwa,
Manzini,
Mfaz’owand’ imbewu,
Nina lobola layilande,
Slumbo owalumba amanzi wawenza ancwane kwaphuz’ abafokazana,
Mjula, Ncwane, Sochumase,
Wena ophatha ngesokhohlo abanye bephatha ngesokudla !
Unknown
Gwamanda, muthwa, Manzini, yengwa, slumba, wena owalumba amanzi wawenza ncwane, sidlamdaka, slima
Unknown
Gwamanda
Muthwa
Ncwane
Nina abakwasilumba, abalumba amanzi bawenza utshwala.
O Manzini, o Zungu.