Izithakazelo zakwa Hlophe
Thumbeza kamyeni,
Ntombi zenda ngonyezi,
Ezabafokazana zenda ngobumnyama,
Mahlekwana,
Nina enahlek’umuntu edlula ngendlela,
Dlezi!
eSwatini version:
Hlophe
Mabhengu
Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala,
Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini
Samela !!
Zikhona izikibha nama-hoodies:
Whatsapp me by clicking this link





Nokwazi
Ngicela ningifunisa uNtathu Hlophe kodwa owakwa Bekwa ekhaya koyise waduka efunda uGrade 8.
zandile hlope
Sanibonani kufanele sibize mbizo yakwaHlophe sihlangane ngoba ngiyabona siyahlobana mina nginguZandile Hlope from Mamelodi Pretoria
Sibulele Hlophe
Lukhalo olibomvu lakwamandlakazi bhengu Makhonkosi yena owatalwa njene nkosi ngwane
Andiswa
Angazi sihlobene kanjani NoMadlakase
Sandile Hlophe
Nam ngazi sihlobene nabo bhengu ukuthi ngaliphi angaz nencazelo eqondile angiyaz cz m sure ukhona ubhengu othandana no hlophe
Jabu Radebe
Thumbeza aahlobani no Bhengu
HLOPHE uMABHENGU .
Sphe
Ukhoyi uhlophe owaqamuk yedwa
Unknown
Sidabuka endaweni eyodwa sonke. Sisuka eSwatini. Kepha iNkosi iyaye ibe nabafazi abaningi. Banezindlu ezingalingani ngokwesiko. Akuwona wonke amadodana ayokwebusa iNkosi matikhothama. Ukhondolo lwethu thina esingapha luqhamuka endlini encase yasokhohlo eyadabuka tase IQ Ona ukuliflathela elakaNgwane yehla nedlanzana yeza kwaZulu ngaphansi kobukhosi beNkosi uMpande. Thina sizithakazela ngokhondolo lwalamakhosi namakhehla aqembuka kodwa nawo aqhamuka khona ayebiza Ziba lezi ezibizwa eSwatini