πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Hlophe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Hlophe

Thumbeza kamyeni,
Ntombi zenda ngonyezi,
Ezabafokazana zenda ngobumnyama,
Mahlekwana,
Nina enahlek’umuntu edlula ngendlela,
Dlezi!

eSwatini version:

Hlophe
Mabhengu
Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala,
Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini
Samela !!

Zikhona izikibha nama-hoodies:
Whatsapp me by clicking this link

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Hlongwane, Meaning, Origin & History

Next

Izithakazelo zakwa Hlubi Clan Names Umlando

5 Comments

  1. Hlophe mabhengu mkhonkosi lukhalo olubovu mahamba mabuya ungaphethanga lutho

  2. Hlophe Mabhengu Mkhonkosi Lukambule Nabonkhosi Nabongwane Kukhala, Jojo Nyonilenhle lengahlali phansi lendlalelwa esihlantsini

  3. Hi, I'm Slondiwe Hlophe, Mabhengu Mkhonkosi Ndawonde kandaba asivali ngezivalo sivala ngamakhanda amadoda Samela Thumbeza. I'm happy to see oMabhengu befisa ukwazi umlando wethu as oSamela

  4. Ok engikwaziyo mina ukuthi omteshane ohlophe kunomlando njengoba bezibiza ngomteshane kodwa nje bawohlophe ngokuphelele

  5. Okunye mina engithanda ukukwazi ulando wonke wakahlophe i once met ufelix hlophe and he told me that uhlophe walana nowaseswatini akusiyo into eyodwa

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026