
Imilolozelo: Thula Mntwana
Thula Mntwana
Thula thu,
Thula mntwana,
Thula sana,
Mam’ akekho,
Uzobuya ekuseni,
Owa mntwana!
Owa mntwana!

Imilolozelo: Thula Mntwana
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Unknown
siyabonga kakhulu ngemilolozelo, ngingajabula uma ingaqhubek ufake eminye, ngifundisa isizulu kumabanga aphansi, bayaye bayijabulele abantwana bami
Mabonga Khumalo
Siyabonga 🙂
Unknown
Ngiyayithanda sheim lemilolozelo ivasane ithule ingane bese iyalala