πŸ’›

izithakazelo

Izangelo zako Mlilo ‍? Mlilo Clan Names

Izangelo zako Mlilo, Mlilo Clan Names
EMlilo ovuthayo
Chauke
Umzila kawulandelwa olandelayo uyazibambelela/ uyazivimbela
Sivumani? Hay’bo! abakoGasa kabayivumi lendaba, lizabalazi leNkosi nje
Siwewe saMantsena
Chinyori chawumba chakalamoto chafaka wumbeni
Ngangabanzi (Ngangatabutse) kaMangule
IHlathikhulu olwaneluGasa
Gaso ‘mkhulu, amaThonga’mahle,
Gaso ‘mnyama ophuthuma sebhubhesi
AmaThonga’mnyama avusa’bafileyo
Silo! Silo sewuwana
Singwazi
Silindamkonto
Bhangwana
Mbilatabutsana !
Sloboli
Ntimeni
Khoza !
Mabaso
Matshisa famba yinhlamba
Tshigwayo kaMahole !

Previous

Mxuxumba Blangwe Clan Praises // Iziduko zakwa Mxuxumba

Next

Izithakazelo zakwa Mabila Clan Names Umlando

3 Comments

  1. Lubelo

    Mabaso (oKhumalo) bangena Kanjani

    • Joseph

      UMabaso uzalwa noKhumalo. Bayinzalo kaMntungwa. UMntungwa uzalwa uyena uMbulazi. UMbulazi uzalwa uNdaba (uNdabezitha).

      UMabasa akahlobene noMabaso kanye noKhumalo. Kucishe kwafana amagama. Sekwenziwa sengathi into eyodwa. Lokho kubangelwa ukuthi kukhona abantu bakwa Mabaso abahamba begcina sebe zinze kwelase Mozambique. Ukwakhelana kwabo kwagcina sekwenza kubonakela sengathi bayinto eyondwa.

      Abantu bakwaMabasa bangabantu bakwaChauke.

  2. jnr macebo kaone mlilo

    ngi ya bonga

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén