Izithakazela zakwa Mdakane zithi:
Mdakane,
Gumbi,
Mshiza,
Mdukwase,
Somkhanda,
Ntini,
Nkabande! ππΏππΏ
Educational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Izithakazela zakwa Mdakane zithi:
Mdakane,
Gumbi,
Mshiza,
Mdukwase,
Somkhanda,
Ntini,
Nkabande! ππΏππΏ
Educational videos
Mshiza Gumbi Langatshe
Nina enabhala ngezipho Abanye bebhala ngempensela yomsizi
Dukwase
Gumbi langatshe hlase nxiba likhiwayo nkezo Yamani masaphukazi mungwe
Mshiza Langatshe Sonani singonanga luth son umhlamb wenyamazan ncwincwi phuz kwesid isizib yaphuza kwesifish ibuy nodaka Mgelekedla kantamntam ngathokaz
Umungwe wase mangweni inxelenxele umutu kaSonani ongawoni lutho uwoni umhlaba wenyamazani
Izithakazelo zakwaMdakane (zaseMadakaneni) ngoba abanye Bethanda ukubiza kanjalo. Isibongo sethu singabakwaGumbi;uma kuthakazelwa kuthiwa Mdakane ,Gumbi,Langatshe,Mshiza,Mdukase,Mpofu. Isibongo sethu saqala ngo1827
Saqala kanjani isibongo sakwa mdakane