Badela clan Praises:
Badela
Simayedwa ongachemanga naMuntu
Wena owadela aBantu ngenxa yabaKhweci abaMnyama, abaKhweca iMini noBusuku
Zinyane le Nkosi
Bhuku
Sinqashe
Nkamangana
Mfaz’obelelide oncelisa zonke iNgane ngisho nangaphesheya komfula
Mbhamla ka Mbhelu
Soshwabada! ngokushwabada iy’Hlangu nemiHlambi yamadoda phesheya koMkhomazi
Sinakwe samaKhosikazi nabaLobokazi
Nina abaka Mnyelela no Mphakazi
iZilo ezibhodlela phansi ngokuhlonipha isiHlalo seNkosi
Dwadladwadla Zulu eliphezulu liyaDuma liyaBaneka eHlobo naseBusika
Bathi Godolazitha namaVaka
Ngobazitha nabaThakathi!
The Badela surname of the Simayedwa ka Bhuku Clan is mainly found in NMZ ( Mzimkhulu Area in the Bhaca Region)
Leave a Reply