Izithakazelo zakwa Cele

  • Ndosi,
  • Nombedu,
  • Khumbuza,
  • Nkomo kayivuswa,
  • Nkom’isengwa ilele,
  • Wayisenga imile iyakhahlela,
  • Squnga esihle esingahlalwa nyoni,
  • Siqunga esizalela amasakabula
  • Mkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni,
  • Dubandlela,
  • Vico akagezanga,
  • Obuye nensil’emfuleni,
  • Ngob’ethembe ukugeza ngobisi,
  • Magaye,
  • Magaye ongangolwadle!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Cele Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Cele

Izithakazelo zakwa Cele Ndosi,Nombedu,Khumbuza,Nkomo kayivuswa,Nkom’isengwa ilele,Wayisenga imile iyakhahlela,Squnga esihle esingahlalwa nyoni,Siqunga esizalela amasakabulaMkhokheleli owakhokhela isizwe ekugqilazweni,Dubandlela,Vico akagezanga,Obuye nensil'emfuleni,Ngob'ethembe ukugeza ngobisi,Magaye,Magaye Read more

Izithakazelo zakwa-Khumbuza

Izithakazelo zakwa-Khumbuza Ndosi, Nombedu, Nkomo kayivuswa, Nkom’isengwa ilele, Wayisenga imile iyakhahlela, Squnga esihle esingahlalwa nyoni, Siqunga esizalela amasakabula Mkhokheleli owakhokhela Read more