Izithakazelo zakwa Mhlaba 😍 Mhlaba Clan Names
Mhlaba
Ndosi
Gumede
Ncezumbili njenge thange
Wena owephoyisa elimhlophe eladla izinkomo zey’khonzi !!

Abanye bazihaya kanje:

Ndosi, Phoyisa elimhlophe eladla izinkomo zeyikhonzi, Mvenguvengu, Mdabuka, oncwezumbili njenge bhece !


More information is available on our YouTube channel