Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo🔥Umlando💙Clan names💯Iziduko🙌🏾

Izithakazelo Zakwa Madlopha

Izithakazelo Zakwa Madlopha

Madlopha,
Lingode,
Mcobe wembewu owacoba izizwe zonke zacobeka,
Yyathikazi,
Sizwe esingajwayelwa,
Zwide kaLanga,
Sonkophe,
Sondiyandiya,
Luphondo olumaphunduphundu,
Moya omnandi onjengo wengonyama,
Ngobatshani,
Phosise,
Mathanda,
Nina enathandwa yinkosi yakwaNodwengu,
Sothondose!

Bhengu Clan Names  👑

Izithakazelo zakwa Bhengu 💛 Clan Praises Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Read more

Bhebhe Clan Names 😍

Izithakazelo zakwa Bhebhe Bhebhe, Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku Read more

Izithakazelo zakwa Biyase ? Biyase Clan Praises

Biyase Clan Names Khathini, Ziqubu, Ngonyama yenduna, Luphondo!

Biyela Clan Names 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Biyela Ntshangase, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng'osinda abosi, Mgazi!

Previous

Umqala noma intamo?

Next

Izithakazelo Zakwa Ximba

2 Comments

  1. MADLOPHA NKOMNANDI mhlantiwendlunkulu nabotesulekile wesula bafazi namadoda Ndlovu kay’sitsi lay’hambe khona bonakala ngemashaw’lokukhanya banhle labantu timomothi bomageza ngobisi Manzi ahlezi madlopha

  2. Ngicela umlando wesbongo sakwaMadlopha

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: