πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Makhanya

Izithakazelo Zakwa Makhanya

Makhanya,
Mnguni,
Yeyeye,
Gumede,
Qwabe,
Phakathwayo,
Khuzwayo,
Maphithini,
Mpangazitha,
Duze kaMnengwa Gcwabaza,
Thusi, Lingela,
Zukezela, Makhutha,
Mfene,
Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,
Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha MAKHANYA!!!!

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Next

Shabangu Clan name

5 Comments

  1. Bese kuba khona noButhelezi oSongomnyama

  2. Hlangalezwe

  3. Tobi, Mnyazi, Lufutha, Luzumane, Malandela, Sidinani

  4. Izithakazelo zakwa makhanya

  5. mfene

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026