Izithakazelo zakwa Makhunga Clan Names

MAKHUNGA Surname info
Khathide,
Sobahle,
Lugodo alushi lusha ngoba selubaselwe,
Makhunga owakhunga izimbila emgedeni zaphuma zingenamsila
Nana muhla azinamsila,
Nina enaphuthwa ubukhosi ngenhla yobunono,
Lindisa,
Phethela !

others know these:
Makhunga
Nzomane
Mbhuqu
Njenje wamafu
Godo alushi lusha ngokubaselwa !


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

17 thoughts on “Izithakazelo zakwa Makhunga Clan Names”

  1. Abanye babekhunga iimbila abanye inja. Azi kwakukhungwani ngempela singekho 🀣🀣🀣

    Reply
  2. Inzima le ndaba yezithakazelo
    Ziyahlangana ziyehlukana enngabe sasixovwa ini kanje
    Thina singoMakhunga oNgwekazi omdluli akadlulwa.
    Isgoloza azimehlo abomvu.
    Azifani nhlobo nodwa sonke soMakhunga

    Reply
    • Owakho uMdluli uphuma kwisizwe samaHlubi

      Reply

Leave a Comment