Izithakazelo zakwa Makhunga Clan Names

MAKHUNGA Surname info
Khathide,
Sobahle,
Lugodo alushi lusha ngoba selubaselwe,
Makhunga owakhunga izimbila emgedeni zaphuma zingenamsila
Nana muhla azinamsila,
Nina enaphuthwa ubukhosi ngenhla yobunono,
Lindisa,
Phethela !

others know these:
Makhunga
Nzomane
Mbhuqu
Njenje wamafu
Godo alushi lusha ngokubaselwa !


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

17 thoughts on “Izithakazelo zakwa Makhunga Clan Names”

  1. Mina ngifuna ukwazi ukuthi sivelaphi thina ngempela

    Reply
  2. thina sithi Makhunga Nzomane Mbhuqu Njenje wamafu Godo alushi lusho ngokubaselwa

    Reply

Leave a Comment