Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke

Mashinini,
Guliwe,
Libembe,
Ntoz’mandla,
Abakamfazi wemuka Ka Mashinini wathi engalapha ngase siGodini wathi umtana udabule imbeleko Kanti ukhumbule uMbengomadansi,
Nina abaka mfazi osihhebakazi uPhongo njengo nina,
Abakamfazi omabele made obelethe ngayizolo,
Thingi Thingi uthi a ngenze njani ngoba nali ibhubesi liyvimbile kaNonhlanhla eNgosi akekho ongalivimba ngisho uGuqa phenduke umalala nenkonyane !!! πŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎπŸ™ŒπŸΎ


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Izithakazelo zakwa Mashinini – Ziphelele Zonke”

  1. What culture do we fall under

    Reply
  2. Can I please the history of The Mashinini clan nokuthi Siyini as Abantu Bakwa Mashinini?

    Reply

Leave a Comment