Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Mhlane, Mhlane Clan Names

Izithakazelo zakwa Mhlane, Mhlane Clan Names

AmaNtlane adabuka eXesi (Middledrift). Isibongo sishintshe saba uMhlane ngesikhathi uKhokho wabo efika ehlala emishini (mission station) yamaWeseli (Methodist) eEdendale, Bude buduze nase Mgungundlovu (Pietermaritzburg)

Izithakazelo zakwa Mhlane zithi:
Ntlane, Nhlanga, Tsile, Gengeshe, Ngqabane,

Mbabala ensunjwana eyavuka kungazingelwa yona.

Mpondo zenkomo endala bangazibeka endleleni badlule bazihleke.

Mgwenya obomvu ongaphesheya kweGqili.

Amanyamela ndaba, ngoba indaba ithi ingakhula ingazekeki ! ?

Uqedile ungethole

Uqedile ungethole Lesi simo sokukhuluma sisebenza uma ngabe umuntu esekhulume yonke into okmele ikhulunywe. Kusukela etholen uma lincela, uma luluthole Read more

Iziduko zamaNtlane

Iziduko zamaNtlane Uma unolwazi ngeziduko zamaNtlane, sicela uzifake kuma comments ngezansi.

Previous

Izithakazelo zakwa Nyembe? Nyembe Clan Names

Next

Izithakazelo nomlando wakwa Mphakathi

2 Comments

  1. Amantlane angamampondo na?

  2. Similo Tshila

    Ntlane and Amapondo clan relations

Leave a Reply

Your email address will not be published.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: