Want a t-shirt with your clans? click here to see pictures

Izithakazelo zakwa Mhlongo 😍 Mhlongo Clan Praises

  • Makhedama,
  • Soyengwase,
  • Nina bakaBhebhe kaMthendeka,
  • Nina bakaSoqubele onjengegundane,
  • Nina baseSiweni,
  • KwaMpuku yakwaMselemusi,
  • KwaNogwence webaya,
  • Dlomo weNdl’ende,
  • Sihlangu samavaka seswel’ababhemu,
  • Wen’owalala nomunw’endunu, wavuka wawuncinda wawukhomb’ilanga,
  • Makhul’emini abafokazana bekhul’ebusuku,
  • Zingwazi zempi yakwaNdunu,
  • Njoman’eyaduk’iminyakanyaka,
  • Yatholakal’onyakeni wesine,
  • Yabuye yatholakala ngowesikhombisa,
  • Langeni,
  • Owavel’elangeni!

Zikhona izikibha nama-jacket akwaMhlongo:Β Whatsapp/call: 061 868 5163Β 

Mhlongo Clan Praises
Mhlongo Clan Praises