mahlazitha

njenjesi

sbuthe

ngokubuth umuntu noboya

mashiyamahle wenyamazane/ mashiya mahle ngathi uzoshumayela

mabhala ngozipho abanye bebhala ngomsizi

mtshambi

nolandu

nocacela

noz’thung thungwana

nonyangana yezulu

mavimbela ngok’vimbel ubhungane waze wasala ethwel usiba lunye ubhungane

l’phundle

ngok’phundl’ amadod’ enkudleni

hlubi elihl’ elimangelengele!

 

Izithakazelo zaMampondo akwa Gcuda ❤️
Izithakazelo zaMampondo akwa Gcuda ❤️

Izithakazelo zaMampondo akwaGcuda Yekana Doyi Sikha Mntshontshose Mzi wokuzenzela Umphunguli wembiza Kuba kuthiwa bayarhala bengerhali