Izithakazelo Zakwa Myeni:
Mdolomba,
Mzukase,
Mnguni wasenhla,
Wena waseNingizimu,
Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya , enye ngeyokubuya,
Gwebeshomnyama ,ophuza amanzi okuhlalelwa,
Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane,
Mdlomba kaDuma,
Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala,
Ngwenya kaMalambe,
Mziyankatha !!
Njabulo Mxolisi Myeni
I like to know about My surname Myeni umlando